Una ibe impumelelo le ndatshana yami ngizobonge kakhulu imizamo
yami yokuzikhandla ngibhala ngicima. Lokho kusho ukuthi akudingeki
umuntu aze abe isifundiswa esikhulu ukuze akwazi ukubhala incwadi.
Umuntu webanga leshumi kuphela kusho ukuthi, uvuthwe ngokupelele
ukuthi angazibhalela eyakhe incwadi. Nakuba kunjalo, kunabantu
abangifaka ugqozi lokubhala. Labo ngoCleophas Nxumalo no-Erick
Mnguni (onguthishanhloko) ababengifundisa Ekucabangeni High School,
eNquthu. Abanye yilaba: uVincent Zulu kanye noZamambo Mkhize. Laba
bavengifundisa laphaya eSwelihle High School, eMlazi. Engingeke
ngakhohlwa nguye ngumsakazi uThokozani Nene, ngomdlalo wakhe othi
Isigcawu Senkantolo. Kungosizo lwalo mdlalo ngizamile ukubhala
indlela okusetshenzwa ngayo enkantolo. Kungalo mdlalo ngifikelwe
ukubhala ngigxile kakhulu ekuphenyeni kwasenkantolo. Ngithi kini
nikhule nikhokhobe! Okwesibili, ngizothanda ukusho ukuthi le ndabe
akusiyo indabe eyenzeka. Izindawo okukhulunywa ngazo kule ncwadi,
iningi lazo.
General
Is the information for this product incomplete, wrong or inappropriate?
Let us know about it.
Does this product have an incorrect or missing image?
Send us a new image.
Is this product missing categories?
Add more categories.
Review This Product
No reviews yet - be the first to create one!