Nangu uWanda, nezinwele zakhe ezinhle eziyisihluthu. Unesibindi
namandla, kodwa akeneme ngenxa yokuhlale echukuluzwa ngabafana
esikoleni. Ngenxa yezimfihlo zikaMakhulu zezinwele nezindaba zakhe,
uyakuthokozela ukuthi izinwele zakhe zingumqhele nento angaqhosha
ngayo. Le ncwadi ingokuzazi nobuhle, incoma iqholo ngamasiko
nokuthi lifundwa kanjani futhi ledlulselwa kanjani esizukulwaneni
esilandelayo.
General
Is the information for this product incomplete, wrong or inappropriate?
Let us know about it.
Does this product have an incorrect or missing image?
Send us a new image.
Is this product missing categories?
Add more categories.
Review This Product
No reviews yet - be the first to create one!