Uhlelo Lokufundisa Ukufunda iVuma lungolukhethekile ngoba lubhalwe futhi lwakhiwa ababhali abangagcini nje ngokukhuluma isiZulu kodwa abaqonda kahle isimo senhlalo kanye nosikompilo. Abalingiswa kanye nesizinda okususelwe esimweni senhlalo yaseNingizimu Afrika kwiVuma kuzobagcina bethathekile abafundi bakho abasebancane ngenxa yobunyoninco bokuxoxwa kwezindaba abakwazi ukuzimatanisa nempilo yabo. Lokhu kwenza ukufunda ukufunda kubemnandi futhi kube umsebenzi ojabulisayo abazowuthanda zisuka nje. Luyatholakala futhi ngesiBhunu ulimi lwasekhaya, isiXhosa ulimi lwasekhaya, iSepedi ulimi lwasekhaya kanye nesiNgisi ulimi lokuqala lokwengeza.
General
Physical Specification
Item Depth (mm): |
420
|
Item Height (mm): |
5
|
Item Width (mm): |
297
|
Weight (kg): |
0.155
|
Is the information for this product incomplete, wrong or inappropriate?
Let us know about it.
Does this product have an incorrect or missing image?
Send us a new image.
Is this product missing categories?
Add more categories.
Review This Product
No reviews yet - be the first to create one!