0
Your cart

Your cart is empty

Browse All Departments
  • All Departments
Price
  • R100 - R250 (1)
  • -
Status
Brand

Showing 1 - 1 of 1 matches in All Departments

Kade Babekhala Idrama namanothi: Grade 10 - 12: Drama and study notes (Zulu, Paperback): B. Maphumulo Kade Babekhala Idrama namanothi: Grade 10 - 12: Drama and study notes (Zulu, Paperback)
B. Maphumulo
R119 R110 Discovery Miles 1 100 Save R9 (8%) In Stock

Le drama iphawula ngodaba olubucayi futhi olusematheni lokuhlukumeza ngokocansi nangokomoya okwenziwa ngabanye bothisha kwabanye abafundi. Igcizelela imiphumela emibi ukuhlukunyezwa okunakho esithunzini nasekusebenzeni kwabafundi esikoleni. Umlobi usebenzise ikhono eliphakeme lokusethulela izigameko eziphakamisa amaphaphu, zenze ofunda incwadi alangazelele ukuzwa ukuthi kazi umhlukumezi okulo mdlalo uzogcina esitholile yini isijeziso esimfanele. Okuncomeka kakhulu kulo mdlalo yikhono lombhali lokudidiyela izindikimba ezikhuluma ngezinselelo ezibhekene nemiphakathi yakuleli kulezi zinsuku, njengokucwaswa nokuhlukunyezwa kwabantu bokufika kuleli, ukuzibulala kwentsha, ukuzenyeza ngenxa yokuba negciwane lengculazi, utshwala nezidakamizwa, njalo njalo. Ngesikhathi esifanayo, umlobi uyakugwema ukushumayela ingcaca kule drama. Lokhu kwenza ukuba kube mnandi ukuyifunda le drama. Uzokuthola kunzima ukuyibeka phansi ungakezwa ukuthi izigameko ezikhuphula amaphaphu ziphetha kanjani. Le drama yathola umklomelo emncintiswaneni owawuhlelwe ngokubambisana ngabakwaMaskew Miller Longman noMnyango Wobuciko Namasiko (KwaZulu-Natali). Umlobi wayo, u-Euclene Busisiwe Maphumulo nguqweqwe lukathisha. Yincwadi yakhe yokuqala lena ukushicilelwa. This play comments on the sensitive, topical issue of sexual and emotional abuse of some learners by teachers. The writer handles her sensitive theme with exceptional dexterity, keeping readers in suspense and eager to find out whether the perpetrator of extreme cruelty will eventually receive the punishment that he rightfully deserves. The play was awarded a prize in a joint competition run by Maskew Miller Longman and the Department of Arts and Culture (Kwa-Zulu Natal).

Free Delivery
Pinterest Twitter Facebook Google+
You may like...
Home Quip Fire Fighter Fire Suppressant…
R74 Discovery Miles 740
Loot
Nadine Gordimer Paperback  (2)
R205 R168 Discovery Miles 1 680
Loot
Nadine Gordimer Paperback  (2)
R205 R168 Discovery Miles 1 680
Casio LW-200-7AV Watch with 10-Year…
R999 R884 Discovery Miles 8 840
Southpaw
Jake Gyllenhaal, Forest Whitaker, … DVD R96 R23 Discovery Miles 230
Croxley Create Wood Free Colouring…
R30 Discovery Miles 300
Adidas Hybrid 25 Boxing Gloves (Black)
R491 R409 Discovery Miles 4 090
Lucky Define - Plastic 3 Head…
R390 Discovery Miles 3 900
Nintendo Joy-Con Neon Controller Pair…
 (1)
R1,899 R1,729 Discovery Miles 17 290
Baby Dove Rich Moisture Wipes (50Wipes)
R40 Discovery Miles 400

 

Partners