|
|
Showing 1 - 5 of
5 matches in All Departments
Le drama izinze esehlakalweni esikhulu emlandweni wenkosi
uCetshwayo. Lesi sehlakalo yimpi yaseSandlwana phakathi kukaZulu
namaNgisi. UZulu wanqoba kule mpi, nokho kwezinye ezilandela leyo
amandla kaZulu akhinyabezeka ngenxa yokufa kwabantu abaningi.
Kwagcina ngokuba impi yamaNgisi imnqobe uZulu. This drama is based
on the events surrounding King Cetshwayo. One of these events is
the battle of Isandlwana. The Zulu people conquered the British but
in the battles that followed they were conquered.
Kule ncwadi kufundwa okusha nokudala. Kuxoxwa ngemilando yamandulo,
yawoShaka kaSenzangakhona. Futhi kuxoxwa ngezinto ezedlule
ezingazwiwanga kuphela, kepha ezibonwe ngamehlo. Kubuye futhi
kuhashwe nezomzwangedwa, lapho okuzwiwa yinhliziyo yomunye kusuke
kuthungwe ngosungulo kuye kuyobhoboza isifuba somunye babe munye.
This title of poetry reveals current issues as well as history. The
poems focus on issues that were not only heard but also witnessed.
Leli bhuku liyiqoqo lobuciko bomlomo oluhlukaniswa ngezigaba
ngezigaba. Kukhona izinhlonbonhlobo zezinkondlo. Izisho nezaga
ziyahlaziywa kanye neziphicaphicwano zakudala nezesimanje. The
title is divided into sections that consist of various types of
poems, folktales, proverbs, sayings and riddles, with detailed
analyses of all of them.
|
You may like...
Loot
Nadine Gordimer
Paperback
(2)
R367
R340
Discovery Miles 3 400
|
Email address subscribed successfully.
A activation email has been sent to you.
Please click the link in that email to activate your subscription.