![]() |
![]() |
Your cart is empty |
||
Showing 1 - 3 of 3 matches in All Departments
This isiZulu Literature Prescribed Novel is CAPS Approved for Grade 12. Lena inoveli ikhuluma ngemfundo kanye nenhlalo emndenini. Umbhali ubhale ngemfundo emva kokuba iNingizimu Afrika isizuze inkululeko. Uthi aqhathanise ukufunda okuzuzwe abasemadolobheni ekuqhathanisa nabasemakhaya. Nakuba lo mndeni umbhali abhale ngawo kungumndeni owodwa kepha abanye bathi uma sebefundile babukele amanye amalungu omndeni phansi ngoba sebezibona bengcono. Laba abahlala endaweni esemakhaya bona ukufunda kwabo kuthela izithelo ngoba benza umehluko omkhulu empilweni yomndeni wabo kanye nasemphakathini ngokubanzi. Umbhali ugqamisa ukuthi uma uzimisele ukwenza into ethile uyaphumelela noma ngabe zingakanani izihibe ezisendleleni yakho. Le noveli inika ithemba futhi iyakhuthaza. Imuva lakho alisoze lacaba indlela yakho ebheke phambile kepha umuntu. Le noveli iqukethe: Isingeniso esinolwazi olujulile.; Imibuzo yamazinga ahlukene ukuze umfundi akwazi ukuzwisisa kangcono indaba. This book is about a divided family. The eldest son of the Ngubane family, Mbhabhadisi, lives an elite life with his family in Umlazi. Mbhabhadisi's sister, Linono, has two children. When Linono marries a sugarcane cutter, her in-laws do not accept her fatherless children. Mbhabhadisi's uncle, Ndosi Cele, looked after these children until he succumbed to pressure from the neighbours who say he must send the children to an urban area where they will get a better life. However, Mbhabhadisi refuses to take responsibility for this sister's children. Mbhabhadisi and his wife are depicted floundering from one mistake to anoter. The novel includes: An informative introduction; and Levelled questions for the learner's comprehension of the story.
Kushaywa edonsayo explores the intoxication of urban life and the perceived stagnation of rural existence. After his mother's death, Bhekani experiences a journey of inner turmoil and self-discovery. He abandons his responsibility for the family and the farm in desolate rural Jonono, and continues to dwell in the alluring city. But misfortune besets him and he is forced to reassess his situation. He decides to honour his roots and to channel his energy and positive input into his farm and community. Thus he comes to transform Jonono into a vibrant are of development area of development and promise.
KuNdabethe Gumede, ongumZulu, no-Abapfhani Tshiphembe, noMaKwarela,, noMaSikhosane, udweshu emzini wabo luthungelwa amasiko obuzwe obungafani, ubulili, izilimi ezingafani, kanye namazinga abakuwo angafani. Lo mendo ugalakadela emawowane esikhwele, udlame lwasemzini, nakuzinkomba zokubulala nokuzibulala. A conflict between Ndabethe Gumede, Abapfani Tshiphembe, Mrs MaKwarela and Mrs Sikhosane stems from cultural differences, different backgrounds, gender inequality and language differences, as well as inequality in status.
|
![]() ![]() You may like...
Understanding Normal and Clinical…
Kathryn Pinna, Ellie Whitney, …
Hardcover
![]()
Don't Upset ooMalume - A Guide To…
Hombakazi Mercy Nqandeka
Paperback
The Truth Is On The Walls
Naz Gool Ebrahim, Donna Ruth Brennies, …
Paperback
|