![]() |
Welcome to Loot.co.za!
Sign in / Register |Wishlists & Gift Vouchers |Help | Advanced search
|
Your cart is empty |
||
Showing 1 - 1 of 1 matches in All Departments
Uthi ubuwazi ukuthi izinkinga eziningi ezikhungethe izwe zibangelwa wukungalaleli nokungabi nantshisekelo ngenqubekela phambili empilweni yakho? Uthi ubuwazi ukuthi ukungabi nambono nezifiso ezinkulu ngempilo yakho kungaholela ekucekeleni phansi kwekusasa lakho unomphela? Ungahlakanipha, uphile kahle, kodwa uma ungalaleli futhi kungekho nemigomo ekulawulayo, ungangena nenhlakanipho yakho ejele noma ethuneni kungafanele. UMugqa uhlakaniphile, uphila kahle, kodwa indlela aziphatha ngayo imfaka ezinkingeni ezinkulu. Uzithola esehlala emigwaqeni yedolobha nasemahlathini ngezizathu ezithile. Ake uphenqe la makhasi ale ncwadi uzifundele ukuthi lo mfana uhlangabezana naziphi izinkinga futhi uphuma kanjani kuzona. UNtando ude wayibeka inqawa, kodwa ke zifundele mfundi uzivele. Kuluncuthu mazangwa!
|
You may like...
|