Welcome to Loot.co.za!
Sign in / Register |Wishlists & Gift Vouchers |Help | Advanced search
|
Your cart is empty |
|||
Showing 1 - 1 of 1 matches in All Departments
Le ndaba yenzeka ngeminyaka yawo-1800, indaba igxile kumlingiswa onguNdlunkulu uNtombazi wesizwe sakwaNdwandwe, osebenzisa amaqhinga kanye nobuthakathi emizamweni yakhe yokwenza indodana yakhe uZwide ukuthi abe yinkosi enamandla kunawo wonke. Untombazi uyaziwa ngokubulala amakhosi awanqume amakhanda bese ewaphanyeka elawini lakhe. INdlovukazi yamaNdwandwe ibulala ngempumelelo amakhosi abakhelene nawo. Lapho ibulala iNkosi uDingiswayo wesizwe sakwaMthethwa, ihlokoloza isidleke seminyovu. INkosi uShaka wesizwe samaZulu igasela kungalindelekile izophindisela ukuchithwa kwegazi lomsebe wokugcina wamakhosi aphemba uxolo, iNkosi uDingiswayo wakwaMthethwa, owamkhulisa. Kuba uqhude manikiniki, zindala zombili lapho kutholana phezulu amabutho akwaZulu kanye nawakwaNdwandwe. Kazi iyozala nkomoni!
|
You may like...
Discovering Daniel - Finding Our Hope In…
Amir Tsarfati, Rick Yohn
Paperback
|